Sony Xperia Z4 Tablet SAR - Page 111
Imniningwane yokuveza obala amaza, omsindo woMsakazo Ne-Specific, Absorption Rate ne-SAR
View all Sony Xperia Z4 Tablet manuals
Add to My Manuals
Save this manual to your list of manuals |
Page 111 highlights
bilgileri (örn. Avrupa Birliği, Japonya, Brezilya ve Yeni Zelanda), kabul gören ülkelerde yaşayanlar insanlar için şu şekildedir: Bu tablet kişisel bilgisayar için geçerli azami SAR değeri, vücuda 15 mm uzaklıkta olacak şekilde kullanılacağı durumlara ilişkin test sonucunda 0.91 W/kg (10g) olarak ölçülmüştür. isiZulu Imniningwane yokuveza obala amaza omsindo woMsakazo Ne-Specific Absorption Rate (ne-SAR) Lemodeli yekhompiyutha eyithebula yomuntu SGP771 yakhiwe ukuba ihambisane nokuqondene nezidingo zokuphepha ekuvezweni obala kwamaza omsindo omsakazo. Lezidingo zisukela kwinqubomgomo yesayensi ehlanganisa imingcele yokuphepha ukuqinisekisa ukuphepha kubo bonke abantu, unganaki iminyaka nempilo. Izinqubomgomo zamaza omsindo womsakazo zisebenzisa izilinganiso ezaziwe ngokuthi i-Specific Absorption Rate, noma ISAR. Ukuhlolwa kwe-SAR kwenziwa ngokusebenzisa izindlela eziqondile ngekhompiyutha yomuntu eyithebula ukudlulisela izinga lamandla aqinisekisiwe kuwona wonke amabhande amafrekhuwensi asebenzile. Kungenzeka kube nomehluko phakathi kwamazinga amamodeli amakhompiyutha amathebula omuntu e-SAR ahlukene, wonke akhiwe ukuhlangabezana nenqubomgomo ethile yokuveza obala amaza omsindo womsakazo. Imniningwane yedatha ye-SAR yabahlali bezizwe esithathe isilinganiso se-SAR esigunyazwe i-International Commission of Non-Ionizing Radiation Protection (ICNIRP), engu 2 W/kg elinganiselwe ngaphezulu ngokweshumi (10) gram kwisikhumba (isibonelo i-European Union, i-Japan, i-Brazil ne-New Zealand): 19